Isebenza kanjani?
01
Zenzele umklamo wakho (survey) kalula ngokuqoqa ulwazi usebenzisa izinsiza ze Isifundo se-Technology Online.
Imicimbi yemiklamo eyehlukene (Surveyfiesta); njengezinkampani ezenza ucwaningo ,ziyizinkundla ezikunikeza ukuqonda ngezinto okumele uzenze ukuze ukwazi ukuqala uqhubekele phambili. Ungakhetha umklamo osukhona vele, bese uwuhlela ngendlela ehambisana nawe. Amaphethini (template) emiklamo yethu ahambisana nezidingo zakho ngokugcwele ukuze ibrand yakho ibe yile nto ofuna ibe yiyo.
02
Qoqa imiphumela kunoma iyiphi insiza (device) yakho
Ukuthumela umklamo(survey) kulabo osebenzisana nabo ungakudlulisa ngezinkundla zemiklamo eyehlukene ( Surveyfiesta) noma ungakhetha ukusebenzisa imeyili (email). Ukunezezela, izinkundla zemiklamo eyehlukene zenza ube nolwazi lokwabelana nabanye umklamo wakho ngezinkundla zokuxhumana.
03
Hlaziya imibiko yakho ngesikhathi sangempela
Izinkundla zemiklamo yezinkampani ezehlukene zinikeza imibiko ezenzakalelayo mayelana nenqubekela phambili yomklamo wakho kanye nemininingwane eqoqiwe. Imibiko ngemiphumela yemiklamo yethu yenzelwe ukuba ikunike umqondo osheshayo ngemininingwane eqoqiwe, ekunika nomdlandla wokuba nogqozi lokuqala uqhubekele phambili nombiko wocwaningo lwakho. Le mibiko ngokunjalo ingasetshenziselwa ukuhlela (edit) nokwaba ngononina (distribute).